Text
stringlengths 1
10.7k
⌀ | Text Number
int64 0
31
| License
stringclasses 6
values | Text By
stringclasses 463
values | Translation By
stringlengths 1
146
⌀ | Language
stringclasses 188
values | File Name
stringlengths 9
81
| Source
stringclasses 16
values | ISO639-3
stringclasses 178
values | Script
stringclasses 23
values | Parallel ID
stringclasses 822
values | Story Category
stringclasses 4
values |
---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
UMandla ukhathele kakhulu
ngalokho angeke adle izithelo. | 2 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
UMandla uwe emthini elele,
washayeka phansi Bhaxa!!! | 3 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
Kuzo zonke izinhlangothi
isihlahla ziyanyakaza.
Kodwa uMandla akanawo
umdlandla wokubaleka. | 4 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
UMandla wathuka kakhulu!
Habe! Yi-apula liwe emthini. | 5 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
UMandla udla ama-apula
kakhulu.
Uthi angawadla, bese asuke
ngejubane antininize aze
ajuluke bese eyaphumula. | 6 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
Wagijima angazi lapho eya
khona.
Akwaziyo wukuthi, kumele
abalekele ehlathini achashe . | 7 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
UMandla wagcina ethola indawa
lapho azodansela khona,
nalapho azophumula emva
komdanso.
Udla izithelo eziningi
ezahlukahlukene. | 8 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
UMandla unamandla amaningi
ngoba udla izithelo.
Ngalokho waqala ukudansa. | 9 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
UMandla waqala umbukiso
wokudansa ebukelwa yizo
zonke izinyamazane.
Ngaphambili kokuba adanse,
nangemva komdanso, uMape
udla izithelo. | 10 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
Ukuzivocavoca kwakhe kwakhe
kuhle kakhulu, ngisho neNkosi
yesivande yeza ukuzobukela
umdanso. | 11 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |
Waphenduka kanjalo inkawu
yomdanso uMandla. | 12 | CC-BY-NC | Sean Whitehead | Khabonina Naomi Mafolo | zu | 0358_umandla-inkawu-yomdanso.md | global-asp/asp-source | zul | Latn | asp_0358 | asp |